Lenzani ibheka?

Ibheka umuthi uyasebenza ukwenza indoda ikuthande kakhulu ihlale ikucabanga, ibheka umuthi uyalithaka igobongo uhlanganiswa neminye imithi wenze igobongo ledlozi, idlozi likhulume kuwena, amaphupho akho acace.

umsebenzi webheka? lenzani ibheka Cupha ithuna Lemithi eyokucupha ithuna , hai elidala, hai eselasentshenzwa.

Susa amabala, uma unamabala ebusweni, IPHAMBA,PHUPHUMA, TSHANI BEZWE, IBHEKA,VULAKUVALIWE, gaya lemithi ibe yimpuphu uthole neBOVU uligaye nalo libe fine uthole i container ye CAMPHOR ufake 2spoons zalomuthi fake manzi abandayo kuyeke kuhlale 3day bese uyakusefa kahle usuzothatha 5 spoons we BOVU add to the mixture mix well then malishona ilanga noma ekuseni uyagcobisa i mask yakho....

Umuthi wokushelisa, Akwamukeleki ungumuntu wesifazane uye e Town or e Shop ubuye nje ulambatha, ubuye nje kungekho nomuntu ozibuzise i direction,ngisho Phara nje livele lindlule kuwe lingacelanga no R2.....ROSLINA IGXOLO + ROSLINA ISIWASHO +IBHEKA IMPHANDE,,,, futha lana ungambesanga ngengubo or i plastic vula nje ku lesfutho ukhulume kule stream yonke into oyifunayo,,,,,,, iyaphalaza lenduku +igeze,,,,, makuza lobaba geza ngalenduku uyifake emanzini abandayo heeeee lenduku iyawasha mashidi lena

ukuphupha Ibheka umuthi

Amaphupho ngomuthi Ibheka, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Ibheka? ukuphupha umuthi Ibheka ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?